Mayelana Nathi | About IEC

Isithwathwa Emmanuel Church in Zion under Arsh Bisho Nkambule

Umbono Wethu | Our Vion

Ukuba yibandla elikhanyayo eliletha ukwelashwa komoya, Ukubuyisana, nokuthemba kubantu bonke - sihola abantu ebumnyameni bayise ekukhanyeni kukaKristu.

Injongo Yethu | Our Mission

1. Ukuukhuleka Nokukhonza - Sikhonza uNkulunkulu ngoMoya neqiiniso, Sigcina izimfundiso zeBhayibheli nendabuko yamaSione.

2. Ukufundisa - Sifundisa iZwi likaNkulunkulu ukuze umuntu akhule ekukholweni nasekuziphatheni.

3. Ukusebenzela - Sisiza abahluphekile, abagulayo, nezintandane - ngoba ukholo ngaphandle kwezenzo lufile.

4. Ukubumbana - Sakha umndeni ka Nkulunkulu lapho wonke umuntu ezwa ekhaya, kungakhathaliseki ukuthi uvela kuphi.

Inkolo Yethu

Siyakholelwa kuNkulunkulu uYise, kuNdodana uJesu Kristu, nakuMoya oNgcwele - Siyakholelwa emandleni okuphulukisa, emithandazweni, nasekululekeni kokuhlonipha okhokho ngenkathi sikhonza uNkulunkulu ophilayo.

Wamukelekile

Noma ngubani uyamukelwa ku IEC. Asibheki ukuthi unjani, uvela kuphi, noma wenzeni ngaphambilini. Lapho sisonke njenhabantwana bakaNkulunkulu. Woza njengoba unjalo, uphume ushintshe.

Naše kancelář

Naše hodnoty

Xhumana Nathi

Woza usivakashele nsuku zonke zokukhonza. Thola iBranch eliseduze nawe. "...Ngoba lapho bababili noma babathathu bebuthene egameni lami, ngikhona phakathi kwabo."-Mathewu 18:20.

Our Leadership

CEO
Jméno Příjmení

Pozice ve firmě

Popis pozice ve firmě, jeho cíle, zodpovědnosti, náplň práce atp..

CTO
Jméno Příjmení

Pozice ve firmě

Popis pozice ve firmě, jeho cíle, zodpovědnosti, náplň práce atp..

Marketing Manager
Jméno Příjmení

Pozice ve firmě

Popis pozice ve firmě, jeho cíle, zodpovědnosti, náplň práce atp..

Projektový manažer
Jméno Příjmení

Pozice ve firmě

Popis pozice ve firmě, jeho cíle, zodpovědnosti, náplň práce atp..

Abesifazane abagqugquzela ukholo, Abaholwa nguMoya kaNkulunkulu

Bonke omama emabandleni, angathi bangakhula ngokukaMoya, Bathole amandla okuzimela, babe isibani sokukhanya emabandleni, nasemndenini wabo nasemphakathini Wamukelekile ngezandla ezimhlophe ekhasini labesifazane bebandla lethu! Lena yindawo ephephile lapho owesifazane amukelekile, athandwa, futhi ahlonishwa khona. Lapha, asibuki lapho uvela khona, kodwa sibuka lapho uNkulunkulu ekuyisa khona. Siphethe umbono wokuvusana, ukulaphana, nokwakhana. Noma ngabe ungumama omdala, osemcane osafuna indlela yakhe - Unendawo yakho lapha.